Ngabona ngifake itshe elikhulu elimnyama emunweni wami, ngathi uma ngilibhekisisa kahle ngathola ukuthi uNkulunkulu mkhulu libhalwe ngendlela enhle ngayo, ngajabula ngathi uNkulunkulu mkhulu, yini lena? ukuphupha kusho ukuthini?